Menu
Cart 0
Umfowethu onomona

Umfowethu onomona

  • R 102.95
  • Save R 10


UThabo noThemba babengamawele, kwakungelula ukubahlukanisa. UThabo wayezazi izibalo futhi edumile esikoleni. Zonke izingane bebemthanda.

Ngakolunye uhlangothi u Thenba wayengathandi ukukhuluma futhi enomoya ophansi. Waqala wabanomona ngomfowabo. Wayefuna ukuba naye adume.

Kwathi uThemba ethole ukuthi umfowabo uzizuzele uhambo lokuyoqhudelana emncintiswaneni wezibalo, waqoka ukuluthatha yena loluhambo!

Kuzomsebenzela? Uzophumelela