Menu
Cart 0
UGwajo uyapheka? Ibanga 2 Incwadi 3

UGwajo uyapheka? Ibanga 2 Incwadi 3

  • R 79.29
  • Save R 10


Leli yiqoqo lezincwadi zezindaba zabafundi bamabanga aphansi. Liqukethe izindaba ezihlabahlosile ezifundisayo, ezakhayo, ezixwayisayo, ezihlekisayo njalonjalo. Abafundi bazohlangana nabangani abafana noGwajo, oZozo, oNala, oToto, oSonke, oFana kanye nabanye bebhekana nezimo ezihlukene zempilo. Uma abafundi benaleli qoqo lezincwadi zezindaba, isikhathi sokufunda sizohlala siyisikhathi sentokozo nokulangazelela. Lokhu kuzobe sekutshala uthando lokufunda kubafundi. Lolu thando lokufunda oluyobe seluxhantela nakwezinye izifundo.

We Also Recommend