Menu
Cart 0
UGWAJO GRADED READERS GR 1 BK 4 LOKHU KUTHI MINA GWAJO

UGWAJO GRADED READERS GR 1 BK 4 LOKHU KUTHI MINA GWAJO

  • R 49.95
  • Save R 5.05


Leli yiqoqo lezincwadi zezindaba zabafundi bamabanga aphansi. Liqukethe izindaba ezihlabahlosile ezifundisayo, ezakhayo, ezixwayisayo, ezihlekisayo njalonjalo. Abafundi bazohlangana nabangani abafana noGwajo, oZozo, oNala, oToto, oSonke, oFana kanye nabanye bebhekana nezimo ezihlukene zempilo. Uma abafundi benaleli qoqo lezincwadi zezindaba, isikhathi sokufunda sizohlala siyisikhathi sentokozo nokulangazelela. Lokhu kuzobe sekutshala uthando lokufunda kubafundi. Lolu thando lokufunda oluyobe seluxhantela nakwezinye izifundo. Lezi zincwadi zehlukene izigaba ezintathu. lsigaba ngasinye sinezincwadi eziyisihlanu ezihlukene ngokwamazinga.