Menu
Cart 0
TOP CLASS MATHEMATICS GRADE 2 WORKBOOK (SISWATI)

TOP CLASS MATHEMATICS GRADE 2 WORKBOOK (SISWATI)

  • R 72.14
  • Save R 2.86


lzibalo ze-Top Class za khelwe phezu kweSitati mende Sikazwelon ke seNq ubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqukethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. lncwadi KaThisha: • Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. • lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. • Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. • lmisebenzi enengcebo neyenabile. • Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe. lncwadi Yomfundi: • lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. • lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo. lncwadi Yokusebenzela: • lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. • lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke • seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.

We Also Recommend