Menu
Cart 0
TOP CLASS LIFE SKILLS GRADE 2 LEARNER'S BOOK (ZULU)

TOP CLASS LIFE SKILLS GRADE 2 LEARNER'S BOOK (ZULU)

  • R 99.50
  • Save R 15


Uhlelo lwe Shuter's Top Class Ukwazi lzidingo Zempilo luyingxenye yochungechunge lwezincwadi ezibhalelwe lzinga Lemfundo Eyisisekelo ezibhalwe ngendlela ehambisana neSitatimende Senqubomgomo Yohlelo Lwezifundo Nokuhlola Lukazwelonke (phecelezi ama CAPS). Okuq u kethwe ku I ol uch ungech u nge: lncwadi Yomfundi lmisebenzi ekhuthaza ukuzibambela futhi ebhekelela ukufunda kwabafundi. lmibhalo nemisebenzi ehlukahlukene esiza abafundi ukuthi babe nomdlandla. lmidwebo enombala futhi esiza abafundi ekukhuliseni ulwazi lwezinto ngokuzibonela. lncwadi Youkusebenzela lmisebenzi ehambisana naleyo etholakala Encwadini Kathisha naseNcwadini Yomfundi. lmisebenzi ekhuthaza ukuzibambela ukuze kubuyekezwe futhi kwandiswe ulwazi. Amakhasi okulula ukusebenza kuwo nemidwebo ethandekayo. Kumgodla Wezinsiza Zikathisha kune: lncwadi Kathisha Uhlelo lwamasonto namathemu onke lokufundisa. lmisebenzi Yokuhlola Okuhleliwe eyenziwe ngendlela ehambisana neSitatimende Senqubomgomo Yohlelo Lwezifundo Nokuhlola Lukazwelonke (phecelezi ama CAPS).

Purchase Options


We Also Recommend