Menu
Cart 0
Oxford Inkanyezi Grade 4 Reader (IsiZulu)  Oxford Inkanyezi IBanga 4 Incwadi Yokufunda (CAPS) - Elex Academic Bookstore

Oxford Inkanyezi Grade 4 Reader (IsiZulu) Oxford Inkanyezi IBanga 4 Incwadi Yokufunda (CAPS)

  • R 123.95
  • Save R 36


I-Oxford Inkanyezi inohlelo olusezingeni eliphezulu lokufundisa uLimi lwaseKhaya lwesiZulu. Le ncwadi isetshenziswa othisha kanye nabafundi baseNingizimu Afrika jikelele. Le ncwadi inothile ngezifundo eziqukethwe futhi ezihambisana nezidingo zesiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS), iphinde inikeze abafundi ithuba lokuthuthuka emabangeni amathathu eZingeni eliPhakathi. Lolu hlelo lusebenzisa izindlela ezahlukene zokuthuthukisa amakhono okusetshenziswa kolimi, bese beba nolwazi lokuxhumana olusezingeni eliphezulu. Isiqondiso Sikathisha sisebenziseka kalula siphinde sesekele uthisha ngezindlela ezahlukene zokuqhuba izifundo zakhe ekilasini.

 

Features

  • Sebenzisa i-Oxford Inkanyezi ngoba: izokwelekelela ngokusezingeni eliseqophelweni eliphezulu mayelana nekhono lokuletha injabulo kubafundi bakho ekilasini
  • izokunikeza ikhono lokuhlela izifundo ngendlela yokubandakanya abafundi bakho ngokwamazinga abo
  • iminingwane ephelele yesiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS) iqukethe ingqikithi enothile ezokwenza abafundi bafunde ngokukhulu ukuzethemba, iphinde ibasize ekuqondeni kabanzi ulimi abalufundiswayo
  • ulimi olusetshenzisiwe luyezwakala futhi lusezingeni labo abafundi, lokhu kwenzelwe ukuba kube lula kubafundi ukuqonda imisebenzi yolimi nokusetshenziswa kwalo
  • inohlelo olucacile lwemisebenzi yokuhlolwa enikeza abafundi ithuba lokuzibona beqhubekela phambili, iphinde ibalungiselele ukuhlolwa kukaZwelonke ebangeni lesi-6
  • inemisebenzana ehlelwe kahle kanye namathekisthi akhombisa inqubekela phambili, ukusuka kokulula kuye kokunzima.

We Also Recommend