Menu
Cart 0
Nyambura waits for the Bus (isiZulu)

Nyambura waits for the Bus (isiZulu)

  • R 120.00
  • Save R 50


Incwadi enemifanekiso ekhangayo ezothandeka kuzo zonke izingane.

UNyambura ushiywe yisikhathi! Uvakashela uGogo wakhe futhi kufanele agibele ibhasi elisuka emakethe ukuze afinyelele khona. Uqabula umama wakhe evalelisa ngaphambi kokusubatha ngejubane. UNyambura kudingeka alindele ibhasi isikhathi eside aze athatheke yimicabango. Ingabe uzokwazi ukuthola ibhasi noma lizomshiya?

UNyambura Ulindela Ibhasi yindaba efundisa izingane ukubaluleka kokwenza izenzo ezinhle. Iyasikhumbuza futhi ukwazisa izikhathi esiba nazo nalabo esibathandayo.

Iyatholakala ngesiNgisi, IsiBhunu, IsiZulu nesiXhosa.


We Also Recommend