Menu
Cart 0
Millennium isiZulu Mathematics Grade 2 Teacher's Guide (Printed book.)

Millennium isiZulu Mathematics Grade 2 Teacher's Guide (Printed book.)

  • R 248.90
  • Save R 47


  • – Lomsebenzi uqukethe ulwazi oluhlaba umxhwele olubhalwe ngokwamaCAPS eBanga R kuya ku 3 yiqembu elifanayo labalobi ukuqinisekisa ukuvumelana nokufanana.
  • – Zonke izindawo zokuqukethwe zithintwe zaze zathintisiswa kuwo wonke amabanga amathathu.
  • – Senziwe isiqiniseko sokulinganisela isikhathi nesisindo sokuqukethwe.
  • – Umhlahlandlela oyinyathelo nenyathelo uqinisekisa ukuthi umsebenzi wokulungiselela kathisha uncishisiwe.
  • – Inqubo yokuthuthukiswa kwamakhono, ulwazi kanye nokwaziswayo iyisisekelo sendlela yokufunda.
  • – Imisebenzi yahlelwa ngendlela yokuthi ingaqedwa ngempumelelo ngabafundi basemaphandleni nabasemadolobheni, kanye nalabo bafundi abanezingqinamba zokufunda.
  • – IziNcwadi zoMsebenzi ezengezelela Incwadi Kathisha ziqukethe imisebenzi emnandi nephosa inselele kanti kumele zisetshenziswe ngokuhlanganyela enye nenye.
  • – Imisebenzi isuselwa ezintweni zansuku zonke.
  • – Imisebenzi ikhuthaza ukusebenza komfundi ngamunye, kukazakwabo nokwamaqembu ukuze kunikeze umfundi ithuba lokuthi athuthuke ngokugcwele.
  • – Loluchungechunge lwezincwadi luzolekelela oythisha ekufakeni amaCAPS futhi lunikeze nogqozi kanye nentokozo kubafundi bebe bethola ulwazi bethuthukisa namakhono.

We Also Recommend