Menu
Cart 0
Mealies and Beans (isiZulu)

Mealies and Beans (isiZulu)

  • R 120.00
  • Save R 40


Lena indaba yesithathu yenkonyane iNguni Elihle elaziwa ngokuthi uZikhala. Kule ndaba, uZikhala nomzala wakhe uBhontshisi bafuna ukutshala ummbila nobhontshisi khona bezongenela Umbukiso Wabalimi. Ngabe bazowuthola umklomelo wesivuno esiphuma phambili? Igama likaZikhala langempela ‘Eziphakathi Kwamagatsha Emithi’. Phela ubukeka sengathi uhleli ngaphansi komthunzi wesihlahla, izithunzi zamagatsha ezenziwa yilanga ziwela phezu kwesikhumba sakhe. Igama langempela ‘uZikhalazikhala Zemithi’ ngoba isikhumba sakhe sibukeka sengathi ubhontshisi omakhwifikhwifi abomvu namhlophe.

We Also Recommend