MASIHAMBISANE GRADE 1 TEACHERS RESOURCE
Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu.
1. lncwadi Yomfundi
Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala.
2. lncwadi yokusebenzela
Lena-ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba
We Also Recommend