Menu
Cart 0
Isethembiso Esilichoboka: Grade 10 - 12 (Zulu, Paperback)

Isethembiso Esilichoboka: Grade 10 - 12 (Zulu, Paperback)

  • R 148.00
  • Save R 20


UCondy Nxaba ungowokuzalwa eGroutville Mission, kwaDukuza. Ubenguthisha iminyaka engama-27, wase ethatha umhlalaphansi. Okwamanje usezinze eMgungundlovu. Usebhale izincwadi eziningi nabashicileli abehlukene. Izindaba ezimfushane: Itholene phezulu nethi Umjijmezo, imidlalo enkundlanye ethi: Iqele lokungcwekisana kanye nomdlalo omude othi: Kwake kwaba nje; nenoveli elatonyulwa njengelinye eladla umhlanganiso emncintiswaneni wakwaM-NET ngo-1998 elinesihloko esithi: Siyogcinaphi uma kunje?. Ngalo mdlalo umbhali uzama ukuqwashisa intsha yesimame sakithi ngokuziphatha kahle esikhathi kuba nomkhulu umthelela empilweni yomuntu wesimame ekukhuleni kwakhe. Abantu besimame bayizimbali eziyigugu lesizwe; ukubuna kwazo kusho ukushabalala kwesizwe sonke ngothi lwaso.