Millennium isiZulu Mathematics Grade 2 Teacher's Guide (Printed book.)
- – Lomsebenzi uqukethe ulwazi oluhlaba umxhwele olubhalwe ngokwamaCAPS eBanga R kuya ku 3 yiqembu elifanayo labalobi ukuqinisekisa ukuvumelana nokufanana.
- – Zonke izindawo zokuqukethwe zithintwe zaze zathintisiswa kuwo wonke amabanga amathathu.
- – Senziwe isiqiniseko sokulinganisela isikhathi nesisindo sokuqukethwe.
- – Umhlahlandlela oyinyathelo nenyathelo uqinisekisa ukuthi umsebenzi wokulungiselela kathisha uncishisiwe.
- – Inqubo yokuthuthukiswa kwamakhono, ulwazi kanye nokwaziswayo iyisisekelo sendlela yokufunda.
- – Imisebenzi yahlelwa ngendlela yokuthi ingaqedwa ngempumelelo ngabafundi basemaphandleni nabasemadolobheni, kanye nalabo bafundi abanezingqinamba zokufunda.
- – IziNcwadi zoMsebenzi ezengezelela Incwadi Kathisha ziqukethe imisebenzi emnandi nephosa inselele kanti kumele zisetshenziswe ngokuhlanganyela enye nenye.
- – Imisebenzi isuselwa ezintweni zansuku zonke.
- – Imisebenzi ikhuthaza ukusebenza komfundi ngamunye, kukazakwabo nokwamaqembu ukuze kunikeze umfundi ithuba lokuthi athuthuke ngokugcwele.
- – Loluchungechunge lwezincwadi luzolekelela oythisha ekufakeni amaCAPS futhi lunikeze nogqozi kanye nentokozo kubafundi bebe bethola ulwazi bethuthukisa namakhono.
We Also Recommend