Menu
Cart 0
Ukuhmaba ukubona Ibanga 5 Incwadi Yesihlanu

Ukuhmaba ukubona Ibanga 5 Incwadi Yesihlanu

  • R 76.43
  • Save R 9.57


USithembiso noThemba bangamawele. Bahlala kwamamkhulu wabo eNgomane. Unina wabayisa khona ngoba efuna basize udadewabo ngoba en­genangane futhi ebabalekisela nodlame. Umam­khulu wabo akabaphethe kahle. Ubathuma ngisho nangesikhathi sesikole baze basale ezifundweni. Bayalamba, ngisho noma unina ebathumela imali yokudla umamkhulu ubuye abathume ukuba bay­okwenzaizinto ezimbi ezifana nokweba. Ake uzi­fundele nawe uzizwele ubunzima laba bantwana abahlangabezana nabo behleli kwamamkhulu wabo kuze kube banquma u kweqa babuyel e ekhaya.

We Also Recommend