Menu
Cart 0
MASIHAMBISANE GRADE 1 WORKBOOK

MASIHAMBISANE GRADE 1 WORKBOOK

  • R 72.14
  • Save R 12


Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu.
1. lncwadi Yomfundi

Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala.
2. lncwadi yokusebenzela

Lena-ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba.
3. lncwadi kaThisha

lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa.
Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba ezingama-20 kwaba naumsebenzi owanele unvaka wonke.


We Also Recommend