Menu
Cart 0
IsiZulu Sethu Ibanga 9 Incwadi Yomfundi

IsiZulu Sethu Ibanga 9 Incwadi Yomfundi

  • R 187.14
  • Save R 12


lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo.

We Also Recommend