IsiZulu Sethu Ibanga 1 Incwadi Yomfundi
Uhlelo lwezincwadi lsiZulu Sethu lbanga 1: Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu. lncwadi Yomfundi Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala. 2. lncwadi yokusebenzela Lena -ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba.
We Also Recommend