Menu
Cart 0
Isililo

Isililo

  • R 510.00
  • Save R 189


IsiZulu version

Le ncwadi iyiqoqo lezindaba ezimfishane ezimayelana nezinkinga imiphakathi eyahlukene yaseNingizimu Afrika ehlangabezana nazo. Izindikimba okukhulunywa ngazo kuleli qoqo zifaka phakathi ukuqwashisa ngodlame emindenini nokuvame ukuba kuphethe ngokuhlukumezeka kwabantu besifazane nezingane; ukuqwashisa ngokuhlukumezana ngokobulili emsebenzini; ukuqhakambisa ukubaluleka kwemfundo kanye nolwazi lwendabuko; ukusebenzisa izinkundla zesimanje zokuxhumana budedengu noma ngokuhlambalaza kuholela ekuthunazeni isithunzi sabanye abantu okwenza banqume ukuba bazibulale.

Okuncomeka kakhulu ngaleli qoqo ukuthi ngaphezu kwakho konke liyisililo esikhihlwa yibona bobubili ubulili – ababhali besilisa nabesifazane babhale izindaba zabo bebuka izinto ngeso lobulili abayibona.

English

This book is a ground-breaking collection of short stories which deals with a wide range of issues affecting the entire cross-section of South African society. The themes covered in this collection include raising awareness about the promotion of education and indigenous knowledge systems; domestic violence, and its common sequel, the abuse of women and children; sexual harassment in the workplace; the misuse of modern means of communication such as social networks which often results in humiliation or even death of the people affected mainly through suicide.

Interestingly the authors of this collection – which in all respects represents a tormenting cry – are both male and female and have written the stories from their particular gender perspective.


We Also Recommend