An Extraordinary Egg (isiZulu)
Usuku olujwayelekile lwamaxoxo amathathu eSiqhingini Sezimbokodo. Indaba yenzeka lapho elinye lawo lithola iqanda elihle elimhlophe. Ayengakaze alibone iqanda elinjena, kodwa elinye ixoxo elazi konke lalinesiqiniseko sokuthi kwakuliqanda lenkukhu. Kwathi lapho iqanda lichamusela, kwaphuma isilwanyana esiluhlaza, esihuquzelayo, esimaholoholo. Amaxoxo avele asibiza ngokuthi … yinkukhu! Ivela kumbhali nomdwebi mifanekiso uLeo Leonni owazuza imiklomelo eminingi. Lena yindaba yephutha elihlekisayo izingane ezizoyithokozela kakhulu.
We Also Recommend